Jadhu Place

Isolezwe: Kusolwa isikhwele kobulale intombi ebisikhuleliswe ngomunye

| | | | | |

Kusolwa isikhwele kobulale intombi ebisikhuleliswe ngomunye

December 16, 2008 Edition 1

Nonhlanhla Shangase

UGENCE wabulala ngocelemba unina wengane yakhe ayethandana naye owesilisa waseThekwini ocasulwe wukuthi ubesekhuleliswe ngenye indoda.

Kuthiwa lo wesilisa wehlulekile ukwamukela ukuthi unina wengane yakhe usethandana nenye indoda futhi ukhulelwe ingane yayo, wayigenca maqede wayotshengisa indodana yabo eneminyaka eyisikhombisa ucelemba oconsa igazi wayitshela ukuthi usembulele unina.

Lo wesilisa, ongeke adalulwe igama lakhe njengoba engakaveli enkantolo, kuthiwa ugence ngocelemba uNksz Ntombiyakhe Ndzolo (33) wasePuntanshill kuMngeni Road, eThekwini, ngesikhathi lo wesifazane elethele ingane yakhe izipho kanye nezinto zikaKhisimusi ebezicelwe yingane.

Mercury: Low-cost housing upsets residents

| | | | |

Clearly shack dwellers don't count as 'residents' in this article...If they did, and were spoken to, the journalist would soon have discovered all kinds of worries on that side of the fence too....Like the fact that the building of the government shacks is still not complete months after the fire (unlike in Kennedy where people, with City help in getting building materials for the first time, rebuilt themselves in a week; like the fact that the government shacks are being allocated with shocking political bias resulting in long standing residents being left homeless while outsiders with the right connections get the government shacks....

Syndicate content